INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2012

Lo magazini uchaza ukuthi kungani igama likaJehova, injongo nomthetho wakhe kubalulekile. Uchaza nokuthi kungani amaKristu kufanele alwele ukuba athobekile nathethelelayo.

“Ngifundise Ukwenza Intando Yakho”

Singamlingisa kanjani uDavide futhi sibe nombono kaJehova ngezinto?

Inala Yabo Yaqeda Ukuntula Kwabanye

AmaKristu ekhulu lokuqala abekela eceleni iminikelo yokusiza abaswele. Singakwenza kanjani okufanayo?

UJesu Wabeka Isibonelo Sokuthobeka

Singazuza kanjani enkambweni kaJesu Kristu yokuthobeka?

Hlakulela Umoya Wokuba Omncane

Singakubonisa kanjani ukuthobeka ebuhlotsheni bethu nabanye?

Imibuzo Evela Kubafundi

Asho ukuthini ngempela amazwi kaJesu mayelana nesipho sokungashadi?

Kusho Ukuthini Kuwe Ukuthethelela KukaJehova?

Indlela uJehova asebenzelana ngayo nezoni esikhathini esedlule ingasifundisa okuningi ngokuzimisela kwakhe ukuthethelela.

Thethelelanani Ngokukhululekile

Cabangela izindlela esingakulingisa ngayo ukuzimisela kukaJehova ukuthethelela.

‘Kwakuyizindaba Ezinhle Kunazo Zonke’

Ngo-1926, abaFundi BeBhayibheli, njengoba oFakazi BakaJehova babebizwa kanjalo, base beneziteshi zabo zemisakazo emadolobheni amane aseCanada.