INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2013

Lesi sihloko sizochaza indlela yokutadisha iBhayibheli ukuze sisebenzise ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu enkonzweni yethu nasekuphileni kwethu.

Bazinikela Ngokuzithandela—EMexico

Funda uzwe ukuthi intsha eningi iye yazinqoba kanjani izinselele ukuze yandise inkonzo yayo yobuKristu.

Zuza Ngokugcwele Ekufundeni IBhayibheli

IBhayibheli liyosizuzisa kuphela uma silitadisha futhi sikusebenzisa elikufundisayo. Funda indlela yokwenza ukufunda kwakho iBhayibheli kuzuzise nakakhulu.

Zisize Wena Nabanye Ngokusebenzisa IZwi LikaNkulunkulu

Ingabe iBhayibheli ulibheka njengeliyigugu? Ukutadisha eyesi-2 Thimothewu 3:16 kuzokwakha ukholo lwakho kulesi sipho esivela kuJehova.

INDABA YOKUPHILA

Iminyaka Engu-50 Sisenkonzweni Yesikhathi Esigcwele Eduze Ne-Arctic Circle

Funda ngendaba yokuphila ka-Aili no-Annikki Mattila, abafunda ukuthembela kuJehova ngesikhathi bekhonza njengamaphayona akhethekile enyakatho yeFinland.

‘Qinisekani Ngezinto Ezibaluleke Kakhulu’

Sinikezwe ilungelo lokuba yingxenye yenhlangano kaNkulunkulu yendawo yonke. Singawusekela kanjani umsebenzi ewenzayo namuhla?

‘Ungakhathali’

Yini eyosisiza ukuba sihambisane nenhlangano kaJehova futhi silondoloze intshiseko enkonzweni yakhe?

Ingabe Bewazi?

UJesu wabikezela ukuthi ithempeli likaJehova lalizobhujiswa ngokuphelele. Ingabe ithempeli laseJerusalema laphinda lakhiwa kabusha ngemva kuka-70 C.E.?