INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2013

Lo magazini udingida izindlela esingavikela ngazo ukholo lwethu ukuba lungabi buthaka. Udingida nokuthi kufanele sibe nini iSidlo SeNkosi Sakusihlwa, futhi sisho ukuthini kithi?

UJehova Wabavikela Ezithunzini Zezintaba

Izincwadi zeBhayibheli zayiswa kanjani koFakazi BakaJehova ababehlala eJalimane ngesikhathi sombuso wamaNazi? Iziphi izingozi oFakazi abahlangabezana nazo?

Gwema ‘Ukunyakaziswa Masinyane Engqondweni Yakho’!

Iziphi izixwayiso ezifike ngesikhathi eziqukethwe izincwadi uPawulu azibhalela abaseThesalonika? Yini engasisiza ukuba sigweme ukukhohliswa?

Ingabe Uyozidela Ngenxa YoMbuso?

Funda uzwe ukuthi singasisebenzisa kanjani isikhathi, imali, amandla namakhono ethu ekusekeleni uMbuso kaNkulunkulu.

Ingabe Uyakhumbula?

Ingabe ubafunde ngokucophelela omagazini bamuva be-Nqabayokulinda? Zihlole ubone ukuthi kungakanani okukhumbulayo.

‘Lokhu Kumelwe Kube Isikhumbuzo Kini’

Yini okufanele amaKristu ayazi ngokuphathelene nePhasika? Sisho ukuthini iSidlo SeNkosi Sakusihlwa kithi sonke?

‘Yenzani Lokhu Ukuze Ningikhumbule’

Sazi kanjani ukuthi kufanele siqhutshwe nini iSidlo SeNkosi Sakusihlwa? Simelelani isinkwa newayini?

Ukubhekana Nokufelwa Umuntu Oshade Naye

Ubuhlungu bokushonelwa umuntu oshade naye buyahlukumeza futhi abupheli. Cabanga ngendlela ithemba lovuko eliseZwini likaNkulunkulu eliwumthombo wenduduzo ngayo.

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2013

Hlola uhlu lwazo zonke izihloko, ezihlelwe ngokwalokho ezikuqukethe luka-2013.