INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Juni 2014

Lo magazini uqukethe izihloko ezizofundwa kusukela ngo-August 4 kuya ku-August 31, 2014.

“Hlelemba Indlela Yonyawo Lwakho” Ukuze Uthuthuke

Ungazisusa kanjani izithiyo futhi ufinyelele imigomo yakho engokomoya?

Imibuzo Evela Kubafundi

Ingabe kuyafaneleka ukuba amaKristu asishise isidumbu?

Singawasiza Kanjani Amakholwa Esikanye Nawo Ahlukanisile?

Funda ngezimo eziyinselele nemizwa abantu abahlukanisile ababhekana nayo.

“Kumelwe Uthande UJehova UNkulunkulu Wakho”

Funda ukuthi uJesu wayesho ukuthini lapho ethi kufanele sithande uJehova ngayo yonke inhliziyo yethu, umphefumulo nengqondo.

“Kumelwe Uthande Umakhelwane Wakho Njengoba Uzithanda Wena”

Wayesho ukuthini uJesu lapho ethi kumelwe sithande umakhelwane wethu? Singakwenza kanjani lokhu?

Ingabe Uyakhumbula?

Ingabe ubafunde ngokucophelela omagazini bamuva be-Nqabayokulinda? Zihlole ubone ukuthi kungakanani okukhumbulayo.

Ingabe Ubheka Ubuthakathaka Bobuntu Ngendlela UJehova Abubheka Ngayo?

Ungaba nombono omuhle ngabafowenu nodadewenu abangase babonakale bebuthakathaka.

Siza Abanye Bawasebenzise Ngokugcwele Amakhono Abo

Singabasiza kanjani abazalwane abasebasha noma abasanda kubhapathizwa ukuba bathuthuke?