INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2014

Lo magazini uqukethe izihloko ezifundwayo ezizofundwa kusukela ngo-February 2 kuya ku-March 1, 2015.

‘Ubeyazi Indlela’

UGuy H. Pierce, ilungu leNdikimba Ebusayo YoFakazi BakaJehova ufe ngoLwesibili, March 18, 2014.

UJehova Uwubusisa Ngokucebile Umoya Ovumayo

Singafunda isifundo esibalulekile ngeminikelo emyalweni uNkulunkulu awunika ama-Israyeli.

‘Lalela Futhi Uqonde Incazelo’

UJesu wenza imifanekiso ngohlamvu lwesinaphi, ngemvubelo, ngomthengisi ohambahambayo nangomcebo ofihliwe. Isho ukuthini?

Ingabe ‘Uyakuqonda Okushiwoyo’?

Iyini incazelo yomfanekiso kaJesu womhlwanyeli olalayo, wenetha nowendodana yolahleko?

Ingabe Uyakhumbula?

Imibuzo yokuzihlola engu-12 elapha ingakusiza ubone ukuthi uyabakhumbula yini omagazini be-Nqabayokulinda kusukela koka-June kuya koka-December 2014.

Ingabe Kufanele Uwushintshe Umqondo Wakho?

Akuzona zonke izinqumo ozenzayo okufanele zingashintshi. Ungakwazi kanjani ukuhlukanisa?

Imibuzo Evela Kubafundi

Wayesho ukuthini uJeremiya lapho ekhuluma ngokukhalela kukaRaheli amadodana akhe?

Ukubhekana Nokuphela Kwaleli Zwe Elidala Sindawonye

Izibonelo ezine eziseBhayibhelini zibonisa ukubaluleka kobunye nokuthi kungani buyobaluleka nakakhulu esikhathini esizayo.

Uyakwazisa Yini Lokho Okutholile?

Singabonisa kanjani ukuthi siyalazisa ifa lethu elingokomoya?

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2014

Uhlu oluhlelwe ngokwezihloko ezinkulu lwezihloko ezanyatheliswa komagazini be-Nqabayokulinda Yomphakathi Nefundwayo baka-2014.