INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Ephreli 2015

Lo magazini uqukethe izihloko ezizofundwa kusukela ngo-June 1 kuya ku-June 28, 2015.

Badala, Nizizwa Kanjani Ngokuqeqesha Abanye?

Thola amacebiso ayisikhombisa avela kubadala abenza kahle kakhulu ekuqeqesheni abanye.

Indlela Abadala Abaqeqesha Ngayo Abanye Ukuze Bafaneleke

Abadala bangazuza endleleni kaJesu yokuqeqesha, kanti abafundi bangalandela isibonelo sika-Elisha.

Buqine Kangakanani Ubuhlobo Bakho NoJehova?

Ukukhulumisana kuyabuqinisa noma ibuphi ubuhlobo. Ungasisebenzisa kanjani lesi simiso ebuhlotsheni bakho noNkulunkulu?

Thembela KuJehova Ngaso Sonke Isikhathi!

Ungabhekana ngokuphumelelayo nenye yezinselele ezinkulu kakhulu ekwakheni ubuhlobo noNkulunkulu.

INDABA YOKUPHILA

Sathola Izibusiso ‘Ngenkathi Evumayo Nangenkathi Enzima’

Indaba yokuphila kaTrophim Nsomba, owakhuthazelela ushushiso olunonya eMalawi ngenxa yokholo lwakhe ingakusiza ukuba uzimisele ngokwengeziwe ukuhlale uthembekile.

Ingabe Umuthi Ogawuliwe Ungahluma Futhi?

Impendulo ihlobene nethemba lakho ngekusasa.