INQABAYOKULINDA Okthoba 2010
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kungani Kufanele Sithandaze?
Zimbalwa izindaba eziseBhayibheli ezithakazelisa njengalena. Kodwa ingabe kuyadingeka ngempela sithandaze?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kufanele Sithandaze Kubani?
Ingabe yonke imithandazo iya kumuntu oyedwa? IBhayibheli lifundisa ukuthi imithandazo eminingi ayifiki kuNkulunkulu.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kufanele Sithandaze Kanjani?
IBhayibheli lisisiza ukuba sigxile ezicini ezibaluleke kakhulu zombuzo othi, “Kufanele Sithandaze Kanjani?”
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kufanele Sithandaze Ngani?
Emthandazweni oyisibonelo, obizwa nangokuthi uMthandazo WeNkosi, uJesu wayesibonisa ngokucacile izinto ezibalulekile okufanele sizikhumbule lapho sithandaza.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Kufanele Sithandaze Kuphi Futhi Nini?
Thola ukuthi iBhayibheli liyasho yini ukuthi sithandaze kuziphi izindawo nangasiphi isikhathi.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe Ukuthandaza Kungasisiza?
Ukuthandaza kusisiza ngezindlela eziningi—ngokomzimba, ngokomzwelo, futhi ngaphezu kwakho konke, kusisiza ngokomoya.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe UNkulunkulu Uyoyizwa Futhi Ayiphendule Imithandazo Yethu?
IBhayibheli libonisa ukuthi uJehova uyayilalela imithandazo namuhla. Ukuthi uyayizwa yini eyethu noma cha kuxhomeke kakhulu kithi.