INQABAYOKULINDA Disemba 2013 | Ingabe Siyamdinga UNkulunkulu?

Abantu abaningi bacabanga ukuthi abamdingi uNkulunkulu noma bamatasa kakhulu ukuthi bangazihlupha ngaye. Ingabe zikhona ngempela izinzuzo zokwazi uNkulunkulu?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kungani Sibuza?

Hlola ezinye izizathu ezenza abaningi abathi bakholelwa kuNkulunkulu benze izinqumo ezilulaza ukuba khona kwakhe.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okwenza Simdinge UNkulunkulu

Thola indlela ubuhlobo noNkulunkulu obungenza ngayo ukuphila kwakho kujabulise.

INDABA YOKUPHILA

Ukwenza Ukukhonza UJehova Kube Yiwona Msebenzi Wami

Sekusele nje izinyanga ezimbalwa abe unjiniyela wezakhiwo uBill Walden wanquma ukwenza umsebenzi ohluke ngokuphelele. Funda ngokuthi ukukhetha ukukhonza uJehova isikhathi esigcwele kwakushintsha kanjani ukuphila kwakhe.

SONDELA KUNKULUNKULU

“Bheka! Ngenza Konke Kube Kusha”

Uyakulangazelela yini ukuphila emhlabeni lapho ubuhlungu, ukuhlupheka nokufa kungasekho? Thola ukuthi uNkulunkulu uzosigcwalisa kanjani isithembiso sakhe.

‘Ezintabeni Uyokumba Ithusi’

Muva nje abavubukuli bathole into ebasiza babone ukuthi ithusi lalisetshenziswa kanjani ngezikhathi zeBhayibheli.

FUNDISA IZINGANE ZAKHO

UJesu Kristu—Kufanele Simkhumbule Enjani?

Ingabe kufanele uJesu simkhumbule ewusana kuphela? Zazingobani “izazi” ezeza zizobona uJesu? Wenzani uJesu njengamanje?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Iyini injongo yokubuya kukaKristu? Uyobuya ngaluphi uhlobo lomzimba futhi yini ayoyenza?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet