INQABAYOKULINDA Julayi 2014 | Kungani Izinto Ezimbi Zehlela Abantu Abalungile?

Ingabe kufanele sisole uNkulunkulu? I-Karma embi? Ikhona yini indlela yokubalekela ukuhlupheka nobubi?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izinto Ezimbi Zithé Chithi Saka!

Uma ekhona uNkulunkulu umninimandla onke, kungani engabavikeli abantu abalungile ezintweni ezimbi?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Izinto Ezimbi Zenzeka Kubantu Abalungile—Kungani?

IBhayibheli liveza izimbangela ezintathu eziyinhloko zokuhlupheka kwabantu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Lokho UNkulunkulu Azokwenza Ngobubi

Uyafisa yini ukuphila ezweni lapho izinto ezimbi zingasabehleli abantu abalungile?

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngangihamba Nesibhamu Sami Nomaphi Lapho Ngangiya Khona

U-Annunziato Lugarà wayeyilungu leqembu elinobudlova, kodwa ukuvakashela eHholo LoMbuso kwashintsha ukuphila kwakhe.

Kufanele Uziyale Kanjani Izingane Zakho?

IBhayibheli likhuluma ngezici ezintathu zesiyalo esiphumelelayo.

Ingabe Bewazi?

Yini eyayenziwa abakhi bemikhumbi basendulo ukuze bavimbe amanzi angangeni emikhunjini yabo? Izinhlanzi zazilondolozwa kanjani endulo?

Ungakwazi Yini Ukubona UNkulunkulu Ongabonakali?

Funda ngokuthi ungawasebenzisa kanjani “amehlo enhliziyo” yakho.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ingabe umthandazo umane nje uyindlela yokucela usizo?