INQABAYOKULINDA Januwari 2015 | Uhulumeni Ongenayo Inkohlakalo

Emhlabeni wonke, abantu babheka izinhlangano ezihlobene nohulumeni njengezikhohlakele kakhulu. Ingabe uhulumeni ongenayo inkohlakalo umane nje uyiphupho?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Inkohlakalo Kuhulumeni

Inkinga ingase ibe ngaphezu kwalokho okucabangayo.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UMbuso KaNkulunkulu—Uhulumeni Ongenayo Inkohlakalo

Izici eziyisithupha zalo Mbuso zifakazela ukuthi uyohlale ungenayo nhlobo inkohlakalo.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Iqiniso LeBhayibheli Lakwanelisa Ukomela Kwami Izimpendulo

UMayli Gündel wayeka ukukholelwa kuNkulunkulu lapho uyise eshona. Kwenzeka kanjani ukuba abuye abe nokholo lwangempela nokuthula kwangaphakathi?

Madoda—Yenzani Amakhaya Enu Abe Alondekile

Umndeni ungase ulondeke ngokwezimali, kodwa ungalondeki ngenye indlela ebaluleke kakhulu.

Ingabe Bewazi?

Igama elithi “umthenwa” lisho ukuthini njengoba lisetshenziswe eBhayibhelini? Kungani abelusi ngezikhathi zeBhayibheli babehlukanisa izimvu ezimbuzini?

Ingabe Kufanele Sithandaze KuJesu?

UJesu ngokwakhe uyawuphendula lo mbuzo.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Ingabe abantu badalwa uNkulunkulu, noma bavela ezilwaneni?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Kukhona Yini Okushiwo IBhayibheli Ngemishado Yongqingili?

Umsunguli womshado kumelwe ukuba uyazi kangcono indlela yokuba nesibopho esihlala njalo nesijabulisayo.