I-JW LIBRARY
Ongakwenza Kuyi-JW Library
Ongakwenza EBhayibhelini
Khetha ezinguqulweni eziyisithupha.
Qhathanisa zonke izinguqulo zeBhayibheli ezikhona ngokuchofoza inombolo yevesi.
Bheka ukwaziswa okuhlobene nevesi ngokuchofoza uhlamvu lombhalo waphansi noma lwesikhombo.
Ukuphenya
Swayipha uye ngakwesobunxele noma ngakwesokudla ukuze uphenye incwadi oyivulile.
Faka izimpawu zokubekisa kunoma iliphi ivesi noma isahluko ukuze ubuyele ngokushesha lapho obufunda khona.
Sebenzisa uhlu lwezinto obungene kuzo ukuze uyithole ngokushesha indaba osanda kuyifunda.
Cinga amagama noma amabinzana akulokhu okufundayo usebenzisa inkinobho yokufuna.